Video: 'Uthenge igundane elithosiwe eKFC'

2015-06-17 14:37

New York -  Umlisa waseMelika uthi uthenge ama-chicken tender esitolo sakwaKFC, nokuthe uma esewadla kanti yigundane elithoswe njengenyama yenkukhu.

Funda nalolu daba: Zimkhalele obezishutha ekhothwa yinja 'enkomeni'

Ngokombiko wakwa-CNN, lo mlisa uyiphindilese esitolo le nyama nokuyilapho imenenja yakhona ixolisile ngalokhu yaphinde yamthembisa ngokumnikeza ukudla kwamahhala.

Lo mlisa kuthiwa ukunqabile ukudla kwamahhala kanti futhi akafuni ukukhuluma nabaphathi abakhulu besitolo.

Buka i-video ngezansi:


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- EE Publishers

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
6 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 20-27°C Sunny. Pleasantly warm. Pta: 11-24°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 8-20°C Morning clouds. Mild. Bloem: 7-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 16-26°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...