Uzobulawa onomqondo omfishane

2013-02-18 10:01

Washington - Umlisa ogula ngekhanda waseGeorge eMelika, angase abulawe kungekudala, phezu kwemibhikisho eminingi yabezinhlangano zamalungelo abantu, abaphikisa ukubulawa kwakhe.

UWarren Hill, 52 kuthiwa ingqondo yakhe inobuhlakani (IQ) obungabekwa ku-70 kuphela, nokwenza athathwe njengomuntu ongaphilile ekhanda.

"Akungatshazwa ukuthi uHill ukhubazekile emqondweni," kusho ummeli uBrian Kammer, ozama ukuthi umsolwa axegiselwe isigwebo.

"Ukubulawa kwakhe kukhubaza ilungelo lempilo, inkantolo kumele imdabukele ingambulali," kusho isicelo sommeli.

UHill usehlale ejele iminyaka engu-21, kwakumele abulawe ngenyanga kaJulayi, watholakala enecala ekungachazwanga ukuthi ngelani.

Inkantolo yakuphikisa ukuthi uHill ukhubazekule, yathi noma enomqondo omfishane kodwa akaguli.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-25°C Sunny. Mild. Pta: 18-28°C Passing showers. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 15-23°C Passing showers. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-19°C Showery. More clouds than sun. Cool. PE: 18-22°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...