Uzobhekana nezigqinamba uXi Jinping

2012-11-16 12:01
Yabelani Shicilela

Beijing - Isethenjwa esinguXi Jinping osengena esihlalweni sokuba nguMholi weqembu lamakhomanisi eChina iCommunist party, nekuyiqembu elibusayo, uzothatha esobuholi izwe libhekene nengqinamba yokukhula kancane komnotho kanjalo nomphakathi ofuna kuliwe nenkohlakalo.

UXi uqokelwe kwesobuholi ngoLwesine kanti uzophinda ahole noMbutho wezeMpi ezweni.

IChina yilona lizwe elingelesibili ngokunotha emhlabeni.

Amalungu amasha ebuholini obuphezulu ahlanganisa iMeya uLi Keqiang nesazi somnotho uWang Qishan, ekuthiwa uzobheka kakhulu ukulwa nenkohlakalo.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Mostly sunny. Mild. Pta: 11-25°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 11-19°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Bloem: 11-19°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Dbn: 16-22°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 13-16°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...