Uzibulele obephoqwa ukuthi ashade umdlwenguli

2012-12-28 08:03

New Delhi - Intombazane, 17, yaseNdiya izibulele ngemuva kokuthi amaphoyisa eyifakele ingcindezi yokuthi yesule icala bese ishada nomunye wabadlwenguli bayo, kusho amaphoyisa.

Njengoba amaphaphu esaphezulu kulandela ukudlwengulwa kwesitshudeni ngamadoda ayisithupha ebhasini eNew Delhi ngenyanga eyedlule, lesi sigameko siphinde sagqamisa indlela amaphoyisa awaphatha ngayo amacala ahlobene nocansi.

Kuxoshwe iphoyisa elinye lamiswa ngendlela asingatha ngayo isigameko sangoNovemba 13 esifundeni iPatiala.

Le ntombazane itholakale ishonile ngoLwesithathu ebusuku ngemuva kokudla ushevu.



 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
2 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-26°C Sunny. Warm. Pta: 17-26°C Heavy rain early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-27°C Showers late. More clouds than sun. Pleasantly warm.
Dbn: 17-18°C Rain showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...