Ushonile ozishisile eChina

2012-08-07 16:38

Beijing - Inhlangano yamalungelo eTibetan ithi owesifazane oneminyaka engu-26 ubudala, ushonile ngemuva kokuzokhela ngomlilo esifundazweni iGansu, eChina.

Inhlangano ezinze eLondon iFree Tibet, ithe uDolkar Kyi uzokhele ngomlilo njengophawu lokulwela amalungelo.

Lesi sehlakalo silandela esinye somlisa naye ozokhole ngomlilo ngoMsombuluko.

Umlisa lona uyelashwa esibhedlela, balinganiselwa ku-40 abantu baseTibetan asebezishisile bezama ukukhombisa ukungahambisani nemithetho eshaywa yiBeijing.

IChina igxeke umholi wezenkolo uDalai Lama, yathi nguye obhebhezela ukuzilimaza kwabantu kanjalo nempi.





Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kudutshulwe kwabulawa imeya

Emizuzwini eyi-41 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-12°C Heavy rain. Cloudy. Cool. Pta: 10-16°C Rain showers. Mostly cloudy. Cool.
Jhb: 5-10°C Showery. Clearing skies. Cool. Bloem: 0-11°C Tons of rain. Morning clouds. Cool.
Dbn: 12-21°C Passing showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 9-15°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...