Usenkantolo osolwa ngokusongela u-Obama

2012-08-23 12:01
Yabelani Shicilela

Seattle - Owesilisa waseSeattle uvele enkantolo ngamacala okusongela ngokusoconga uMengameli waseMelika uBarack Obama ngesikhathi ethumela i-email ku-FBI.

U-Anton Caluori, 31, uboshelwe lapho ehlala khona eSeattle ngoLwesibili ngesikhathi i-FBI yazise abezobunhloli ngalezi zinsongo.

Ubenezibhamu ezinhlanu ngesikhathi eboshwa, ngokombiko wecala abekwe lona.

"Ngifuna ukubulala umengameli. Wozani nizongibopha!" kubhala uCaluori.

"Ninezinsuku eziyisikhombisa... ngiyiseni e-Alcatraz njengamanje," ebhala, ebhekise ejele eselavalwa eliseSan Francisco Bay.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-17°C High level clouds. Cool. Pta: 7-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 4-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-24°C Sunny. Mild. PE: 11-18°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...