Usathukile obulale indodana ngephutha

2012-12-10 07:22

Washington - Owesilisa waseMelika ungene emotweni yakhe ephethe isibhamu ngesandla kanti sizophazamiseka sidubule sibulale indodana yakhe eneminyaka eyisikhombisa ubudala, kusho amaphoyisa.

Le ndoda igama layo nguJoseph Loughrey, 44, idubule ngephutha esifubeni indodana yayo, uCraig, kusho isitatimende samaphoyisa asePennsylvania.

Kuthiwa laba bobabili bebeye esitolo sezibhamu iTwigs Reloading Den. 


- Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Warm. Pta: 18-30°C Tstorms late. More sun than clouds. Warm.
Jhb: 14-25°C Showers late. More sun than clouds. Warm. Bloem: 14-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-23°C Showers late. Mostly cloudy. Mild. PE: 15-19°C Showers early. Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...