Uphika eyokugwazelwa ungqongqoshe eMexico

2012-11-29 16:32
Yabelani Shicilela

Mexico City - UNgqongqoshe wezokuPhepha eMexico uGenaro Garcia Luna, uyaphika ukuthi wagwazelwa yisigelekeqe esisolwa ngokushushumbisa izidakamizwa.

Isigilamkhuba esingu-Edgar Valdez Villarreal sithi besigwazela ungqongqoshe kusukela ngo-2002, kusho okhulumela ezokuphepha ezweni uJose Ramon Salinas.

Kuthiwa uVillarreal ubesebenzisa izikhulu eziningi kukze ezokwazi ukungena emajele aqhube ibhizinisi lezidakamizwa, lona kuthiwa usebenza neqembu elidume kakhulu iBeltran Leyva, elishushumbisa izidakamizwa.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-23°C Sunny. Mild. Pta: 10-19°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 7-15°C Morning clouds. Cool. Bloem: 9-19°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 14-23°C Sunny. Mild. PE: 12-24°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...