Umzanyana kwelokuhlukumeza usana

2013-02-19 07:23

Kuala Lumpur - Amaphoyisa aseMalaysia aphenya ngezinsolo zokuthi umzanyana wase-Indonesia ubehlukumeza usana olunezinyanga ezine luzelwe, eluphosa noma ikanjani kuhle kukanodoli.

Ithelevishini itshengise izithombe zalo mzanyana, 24, ehlezi phansi ejikijele ingane emoyeni bese eyibuka isacazeka phansi, elokhu ekuphindaphinda lokhu.

Umama wosana, uNina Suraya Sulaiman, utshele iphephandaba iThe Star ukuthi ubenesidlo sasekuseni bude buduze nasemzini wakhe ngesikhathi ebona lokhu efonini yakhe, exhunywe emakhamereni asendlini.

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-23°C Sunny. Mild. Pta: 17-32°C Tstorms late. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 14-27°C Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 15-34°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-27°C Morning clouds. Warm. PE: 15-26°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...