Umlilo ubulale umndeni eBelgium

2012-11-12 14:01
Yabelani Shicilela

Belgium - Kushone indoda nezingane zayo, eziphakathi kweminyaka emibili nengu-11 ubudala, ngesikhathi kuqubuka umlilo ekhaya labo eliseningizimu mpumalanga neBelgium.

Kwaziswe izicishamlilo ngalo mlilo phakathi namabili ebusuku kodwa bafika indlu isisha ubuhanguhangu eHan, nokungamakhilomita angu-80 uma usuka eBrussels.

Inhloko yezicishamlilo zendawo uFrancois Bodart uthe umama nomngani bakwazile ukuphulukundlela babaleke, kodwa bangeniswe esibhedlela beshile futhi benenkinga yokuphefumula.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-23°C Sunny. Mild. Pta: 10-19°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 7-15°C Morning clouds. Cool. Bloem: 9-19°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 14-23°C Sunny. Mild. PE: 12-24°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...