Umlilo ubulale 245 eBrazil

2013-01-28 07:16
Yabelani Shicilela

Brasilia - Umlilo othungeleke ekilabhini eningizimu neBrazil ubulale abantu abangu-245 kulesi sehlakalo esingakaze sabonwa endaweni yokuzijuxuza eminyakeni eyishumi.

Abantu bagxobane ngezinyawo bebanga umnyango ngesikhathi kwehla lo mshophi.

Abazibonele bathi lo mlilo ususwe okhilikithi abalayithwe yiqembu lomculo ebelinandisa kule ndawo.

Owamaphoyisa uMajor Cleberson Braida uthe luqalile uhlelo lokuhlonzwa kwezidumbu ezingu-245 eSanta Maria.

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone 12 eqhweni eNepal

2014-04-18 14:03
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C Morning clouds. Mild. Pta: 10-25°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-20°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 9-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-28°C Haze. Warm. PE: 16-21°C Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...