Umholi wamaRoma ushintshe ukukhuluma ngolwedivosi

2015-06-24 17:06

Vatican City - UPope Francis, ongumholi webandla lamaKhatholika obehlala eshumayela ivangeli lokungadivosi, uvumile ngoLwesithathu ukuthi kwesinye isikhathi idivosi iyinto engagwemeki.

"Kuyiqiniso, kuyenzeka kwesinye isikhathi ingagwemeki idivosi. Kwesinye isikhathi isuke iyinto okufanele ukuba yenziwe,” kusho uPhapha wamaRoma eSaint Peter's Square.

Funda nalolu daba: Ugcine ethole u-R6m owadelelwa ngudokotela

UFrancis ubekhuluma eqondise ezintweni ezifana nodlame lwasemindenini, ukuhlukumezana okugcina sekulimaza izingane ezincane.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- DPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Sunny. Cool. Pta: 18-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 17-29°C Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 16-28°C a few tstorms. Morning clouds. Warm.
Dbn: 20-27°C Heavy rain. Breaks of sun late. Warm. PE: 14-19°C Passing showers. More clouds than sun. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...