Umfana, 4, udubule wabulala udadewabo ngephutha

2015-10-23 16:03

Tirana – Ingane yomfana eneminyaka emine ubudala idubule yabulala udadewayo ngoLwesine eningizimu nedolobha laseHimara, kubika abezindaba ze-Albanian Daily ngoLwesihlanu.

Lesi sigameko senzeke emzini wakuboka lo mfana lapho adubule wabulala khona udadewabo ekhanda, kuqinisekisa iphoyisa uDhurata Karaj.

OLUNYE UDABA:  Umfana udubule ingane ebinqaba nomdlwane wayo

Abaseshi baphuthume endaweni yesigameko beyobheka ukuba yini eholele kulesi sigameko.

Xinhua

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-21°C Sunny. Cool. Pta: 18-28°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 15-25°C Drizzle. Morning clouds. Warm. Bloem: 10-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-19°C Rain showers. Breaks of sun late. Cool. PE: 15-22°C Scattered showers. Morning clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...