Umengameli wokuqala wesifazane eS Korea

2013-02-25 10:05

Seoul - UMengameli uPark Geun-Hye ufungiswe ngokusemthethweni ukuthi abe ngumengameli wokuqala wesifazane waseSouth Korea.

Umengameli uthembise ukuthi angeke azimele izenzo ezingukuchwensa ekuthiwa zingase zize neNorth Korea, njengoba izwe liphezu kwezonhlelo zokwakha uzinzo kwezomnotho.

UPark, 61, uhola izwe elingelesine ngobukhulu e-Asia, ngesikhathi enza isifungo phambi kwabantu abalinganiselwa ku-70 000 ebebehlangane ngaphandlwe kwesiShayamthetho eSeoul, uPark ukhulume wathi kumele iNorth Korea iyeke ukulangazelela kwayo bese izihlanganisa namanye amazwe omhlaba.

"INorth Korea iqhuba izinhlelo zokuhlola izikhali, kanti lokhu kuthiwa kubeka engcupheni impilo yabantu bezwe," kusho uPark.

 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-17°C Showers late. Afternoon clouds. Cool. Pta: 4-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-18°C Sunny. Mild. Bloem: 2-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 8-25°C Sunny. Mild. PE: 10-26°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...