Umbulali ushumpulwe ikhanda

2012-11-14 14:00

Ruyadh - Izikhulu zaseSaudi Arabia zishumpule umbulali ikhanda ngemuva kokulahlwa yicala lokudubula abulale omunye, kusho uMnyango wezangaPhakathi ngoLwesithathu.

U-Ahmed al-Huwaiti, waseSaudi, ugojelwe yicala lokubulala uMohammed al-Sahari, kusho uMnyango esitatimendeni esikhishwe yiSPA News Agency.

UHuwaiti ushumpulwe ikhanda ngenkemba eJeddah.

Lokhu kubeka ku-65 inani labantu asebebulewe ngale ndlela eSaudi Arabia kulo nyaka.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-20°C Sunny. Cool. Pta: 17-29°C Showers late. Morning clouds. Warm.
Jhb: 15-24°C Showers late. More clouds than sun. Mild. Bloem: 18-31°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-27°C Afternoon clouds. Warm. PE: 16-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...