Umama onezimpendulo kolwaseMelika

2012-12-18 10:09
Yabelani Shicilela

New York – Kulesi sigameko esididayo, umama walowo owadubula eConnecticut, u-Adam Lanza, nguye onezimpendulo ngezimfihlo azazi yena nendodana yakhe kuphela.

Ukudutshulwa kwakhe yikho okuhambe nazo zonke izimpendulo.

Ukubulawa nokuthinteka kukaNancy Lanza kulesi sigameko, kushiya abezindaba bephithene amakhanda.

Uma kukhulunywa ngalesi sigameko, ngisho noMengameli waseMelika uBarack Obama akasho lutho ngoNancy, kepha wonke umuntu udabukela izingane ezingu-20 ezabulawa nabasebenzi eSandy Hook Elementary School.

Amahemuhemu athi kungenzeka ukuthi uNancy lo ubephila izimpilo ezimbili, nokuyincazelo yenqwaba yezibhamu abenazo emzini wakhe.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C High level clouds. Mild. Pta: 12-26°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-21°C Morning clouds. Mild. Bloem: 11-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-28°C Afternoon clouds. Warm. PE: 16-21°C Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...