Ukuzamazama komhlaba kubulale 48 eGuatemala

2012-11-08 07:30
Yabelani Shicilela

San Marcos- Ukuzamazama komhlaba okunamandla eGuatemala kubulale okungenani abantu abangu-48 kwathi abanye bavaleleka ngaphansi kukadoti, kwalimala izimoto nezindlu.

Iningi labashonile bebembozwe yizibi eSan Marcos, nokuyindawo enezintaba ngasemngceleni neMexico.

Ukubihlika komhlaba okudalwe yilokhu kuzamazama komhlaba okube ngu-7.4-magnitude, kudale ukuthi kuvalwe imigwaqo emikhulu.

Lesi kube yisibhicongo esingakaze sabonakala kusukela ngo-1976, ngesikhathi ukuzamazama komhlaba kubulala abantu abangaphezu kuka-20 000.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-23°C Sunny. Mild. Pta: 9-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-16°C Morning clouds. Cool. Bloem: 7-20°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 15-25°C Sunny. Mild. PE: 14-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...