Ukuhlasela kubulale 7 e-Afghanistan

2012-04-06 11:01
Yabelani Shicilela

Kandahar - Bashe baba ngumlotha abantu abayisikhombisa eningizimu ne-Afghanistan ngesikhathi kuqhuma iloli ebithwele uphethiloli iwuhambisa lapho kukhona khona abeNato, kwathungeleka imoto abebehamba ngayo ngomlilo.

Inhloko yezokuphepha nesikhulu samaphoyisa ePanjwayi bathe bekungekhompi ngaleso sikhathi kodwa leli loli lihlaselwe ngamalungu eTaliban ngeziqhumane.

Isosha laseMelika elisebenza ngaphansi kweNato eholwa yi-International Security Assistance Force (Isaf) labekwa amacala angu-17 okubulala ngenyanga eyedlule kulandela ukuvuka umbhejazane libulale abantu ngoMashi 11.

Kulesi sigameko samanje kushone abantu abayisikhombisa kwalimala abathathu.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Sunny. Mild. Pta: 10-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-18°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 4-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-24°C Haze. Mild. PE: 14-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...