Ukuhlasela kubulale 60 eSyria

2012-12-24 10:08

Beirut – Ibhanoyi likahulumeni elidubule ngeSonto ibhikawozi edolobheni eliphethwe amavukelambuso libulale abantu abangaphezulu kuka-60, kusho izishoshovu.

Ukudubula okwenzeke edolobheni iHalfaya kushiye abantu abaningi beshonile kwathi abanye balimala.

Lokhu kuhlasela kubonakala njengesenzo sikahulumeni sokuziphendulela kumavukelambuso afuna ukukhipha amasosha aseSyria emadolobheni nasezigodini zaseHama. 

IHalfaya kwaba yidolobha lokuqala ukuthathwa ngamavukelambuso, yingakho izishoshovu zibona ukuhlasela kwangeSonto njengesenzo sokuziphindiselela.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-14°C Light rain late. Mostly cloudy. Cool. Pta: 3-15°C Sunny. Refreshingly cool.
Jhb: 1-11°C Sunny. Cool. Bloem: -4-10°C Afternoon clouds. Cool.
Dbn: 11-20°C a few showers. More sun than clouds. Cool. PE: 7-19°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...