Ukuhlasela kubulale 37 eSyria

2012-02-07 12:00
Yabelani Shicilela

Beirut - Kubulawe okungenani abantu abangu-37 kwathi inqwaba yalimala ngesikhathi amasosha ombuso ehlasela idolobha iHoms alahla phansi kwasani ngenduku eZabadani, kusho izishoshovu.

Abezindaba abangaphansi kombuso bathi kulokhu kuhlasela kushone namasosha amathathu.

ISyrian Observatory for Human Rights ithe kubulawe abantu abangu-24 enkabeni yedolobha iHoms, yanezezela ngokuthi lesi sibalo kulindeleke ukuthi sinyuke ngenxa yokuthi labo abalimele balimale kabi.

NgeSonto kubikwa ukuthi ukuhlasela kubulale abantu abangu-23.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- Sapa - AFP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C Afternoon clouds. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-26°C Sunny. Mild. PE: 14-24°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...