Ukuhlasela emoyeni kubulale izingane eSyria

2012-11-26 10:00
Yabelani Shicilela

Amman - Ukuhlaselwa kukahulumeni emoyeni eSyria esigodini esonganyelwe ngamavukelambuso ngaseDamascus kubulale izingane ezingu-10 ebezidlala emnyango.

I-video itshengisa izidumbu zezingane ezimbili, zilimele ekhanda nasemqaleni.

Owesifazane obekhihla isililo ube esanga isidumbu sengane yakhe.

Ezinye izidumbu ezimbili bezisemotweni ngemuva.

"Akekho obephezu kweminyaka engu-15 kulabo abashonile. Iningi lalezi zingane zishonele emagcekeni asemakubo," kusho isishoshovu u-Abu Kassem.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C Showers early. More sun than clouds. Cool. Pta: 3-17°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-14°C Sunny. Cool. Bloem: 1-15°C Sunny. Cool.
Dbn: 9-25°C Sunny. Mild. PE: 12-20°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...