Ubuyela eFrance u-Abdel Aziz

2012-11-30 12:02
Yabelani Shicilela

Nouakchott - UMengameli waseMauritania uMohamed Ould Abdel Aziz kuhlelwe ukuthi abuyele eParis ngoLwesihlanu, kuze ezoqhubeka nokuhlolwa njengoba engemuhle empilweni, lokhu kuza ngemuva kwesonto elilodwa vo ebuye eFrance, la ebelashwa khona ngemuva kokudutshulwa yisosha ngenyanga eyedlule.

U-Abdel Aziz, 55, utshele isithangami sezindaba ngoLwesine wathi: "Kumele ngibuyele eFrance kusasa, ngiyohlolwa kabusha."

Umengameli ubuyele ekhaya ngoMgqibelo, ekade elashwa eFrance izinsuku ezingu-40, ngemuva kokudutshulwa esehlakalweni esachazwa kwathiwa yingozi.

Amaqembu aphikisayo abhikisha, elwisana nombuso ka-Abdel Aziz, angaba yingxenye yomgubho wesi-52, izwe lathola uzimele geqe.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone 12 eqhweni eNepal

2014-04-18 14:03
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-25°C High level clouds. Mild. Pta: 9-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-21°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 10-25°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-26°C Early fog followed by sunny skies. Mild. PE: 15-23°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...