UPutin uphebeza eyokuphela komhlaba

2012-12-21 07:42

Moscow - UMengameli waseRussia uVladimir Putin uthi akayinakile indaba yokuthi umhlaba uyagoqwa namhlanje ngoba uyazi ukuthi umhlaba siqu sawo usasalelwe yiminyaka engu-4.5 billion ukhona.

“Ngiyazi ukuthi umhlaba uyophela nini...eminyakeni ebalelwa ku-4.5 billion ukusuka manje,” kusho lo mholi ngemuva kokubuzwa ngokuthi ahlele isithangami sabezindaba saminyaka yonke ngalolu suku.

Sekusabalale imibiko yokuthi umhlaba uyabhubha ngoDisemba 21, kanti abaningi bathi ngamampunge lawa.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-15°C Sunny. Cool. Pta: 6-18°C Sunny. Mild.
Jhb: 1-15°C Sunny. Cool. Bloem: -5-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-20°C Mostly sunny. Cool. PE: 7-17°C Sunny. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...