UPutin uhalalisele u-Obama

2012-11-14 07:24
Yabelani Shicilela

Moscow - UMengameli waseRussia uVladimir Putin ukhulume nomlingani wakhe waseMelika uBarack Obama ocingweni emhalalisela ngokunqoba ihlandla lesibili okhethweni lobumengameli.

UPutin ufisele u-Obama okuhle kodwa "ekwakheni ithimba elisha" labaholi.

Baphinde bakhuluma nangokuthi bazibophezele ekuqiniseni amaxhama ezokuxhumana nokusebenzisana kula mazwe womabili, kusho isitatimende.

UPutin uphinde waphakamisa ukuthi u-Obama kumele avakashele eRussia.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Reuters

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C a few showers. More sun than clouds. Cool. Pta: 3-17°C Sunny. Mild.
Jhb: 2-13°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 1-15°C Sunny. Cool.
Dbn: 9-25°C Sunny. Mild. PE: 12-20°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...