UPope useqalile ukuzila

2013-02-18 12:02

Vatican City - UPope Benedict XVI uqale ukuzila okuzodonsa isonto lonke engabonakali esidlangalaleni ngoMsombuluko ngaphambi kokubeka phansi izintambo.

UPope uzohlala eVatican nabanye asondelene nabo ngaphambi kwenkanthi yokuzila engaphambi kwePhasika, kanti uzothatha ikhefu elincane zonke izinsuku ukuhlangana noNobhala wakhe uGeorg Gaenswein ukudingida izindaba zebandla eziphuthumayo.

Uzobe ekhuleka neRoman Curia -- nokungafaniswa nohulumeni weBnadla lamaKhatholika -- esithe.

Lowo owengamele ezamasiko eVatican, uCardinal Gianfranco Ravasi -- nothwelwe ngeqoma ekubeni nguPapa olandelayo -- nguye oqokelwe ekutheni ahole izinkonzo zalesi sikhathi kuleli sonto.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Numerous showers. Afternoon clouds. Cool. Pta: 4-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-13°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-9°C Sunny. Cool.
Dbn: 13-19°C More sun than clouds. Cool. PE: 10-18°C Rain showers. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...