UPope XVI uthi maluphele olwaseSyria

2012-12-25 14:31

Vativan City - UPope Benedict XVI usenxuse ukuthi kuphele ukuchitheka kwegazi kuqhanyukwe nesisombululo kwezombusazwe eSyria ngesikhathi edlulisa umyalezi waminyaka yonke kaKhisimusi.

"Kunethemba emhlabeni, ngisho nangezikhathi ezinzima nasezimweni ezinzima," esho.

"Siyathandaza ukuthi uxolo lusheshe lubafikele abantu baseSyria abahlaselwe yizimpi ezingapheli ngenxa yokungaboni ngaso linye kwabakwezombusazwe."

Uqhube ngokuthi uyanxusa ukuba kuphele ukubulawa kwabantu abangenacala.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-15°C Mostly sunny. Cool. Pta: 14-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-21°C Sunny. Mild. Bloem: 3-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-20°C More sun than clouds. Cool. PE: 11-17°C Scattered showers. Morning clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...