UNetanyahu ubonge elaseGermany

2011-10-12 16:40
Yabelani Shicilela

Berlin – UNdunankulu wase-Israel, uBenjamin Netanyahu ubonge izwe laseGermany emuva kokudedelwa kukaGilad Shalit yiHamas ngoLwesithathu.

Kodwa, impendulo ebiphuma eGermany ibithulile.

"Okubalulekile kuthina ukuthi uGilat Shalit athole inkululeko ngokushesha," kusho okhulumela umnyango wezangaphandle ngoLwesithathu.

"Angeke ngikwazi ukukhuluma ngokunye," ushilo.

NgoLwesithathu, i-Srael ivume ukudedela iziboshwa ezicishe zifike ku-1 000 uma iHamas idedela ishosha labo, uShalit.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- Sapa-DPA

Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-20°C Showers early. More sun than clouds. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-18°C Sunny. Mild. Bloem: 4-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-28°C Sunny. Warm. PE: 14-22°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...