UMerkel uthi uzomamukela ngezimhlophe uHollande

2012-05-07 14:51
Yabelani Shicilela

Berlin - UShansela waseGermany u-Angela Merkel uthe uzomamukela ngezandla ezimhlophe lowo osanda kuqokwa njengomengameli eFrance uFrancois Hollande uma esevakashele ezweni lakhe emuva kokugcotshwa.

Uthi bavumelene ngesikhathi bekhuluma ocingweni ngeSonto "ngokusebenzisana" wanezezela ngokuthi: "Ukusebenzisana phakathi kweFrance neGermany kubaluleke kakhulu ukuze kuphumelele i-Europe."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Sunny. Mild. Pta: 9-21°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 8-16°C Afternoon clouds. Cool. Bloem: 7-20°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 15-26°C Morning clouds. Mild. PE: 13-25°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...