UMaduro uzokhulumela uChavez

2013-01-15 14:06

Caracas - ISekela likaMengameli waseVenezuela uNicolas Maduro nguye ozokwethula inkulumo yokuqala yonyaka ebhekiswe esizweni esikhundleni sikaMengameli Hugo Chavez.

UChavez uthola ukwelashelwa isifo somdlavuza eCuba.

UMaduro, nowaqokwa nguChavez ukuba athathe amatomu, uzokwethula le nkulumo ngokuhambisana noMthethosisekelo, njengoba uChavez esabambekile.

UMthethosisekelo uthi umengameli kumele ayethule siqu sakhe le nkululo ngemuva kwezinsuku ezingu-10 kufungiswe isiShayamthetho, nokwenzeka ngoJanuwari 5.

UChavez uselashelwe lesi sifo okwesine kanti akukazwakali lutho ngokululama kwakhe.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Scattered clouds. Mild. Pta: 17-25°C a few tstorms. Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 13-18°C Showery. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 15-21°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Dbn: 19-24°C Rain showers. Afternoon clouds. Mild. PE: 17-20°C Showers early. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...