UChavez welulama kahle eCuba

2012-11-30 07:17

Caracas - UMengameli waseVenezuela uHugo Chavez kubikwa ukuthi ululama kahle kakhulu njengoba ethola ukwelashelwa umdlavuza eCuba, kusho isekela lakhe uNicolas Maduro.

UChavez usenyamalale isikhathi esithe asibe side emehlweni omphakathi nosekuvuse ukwesabela ukuthi ubangwa nezibi.

UChavez, 58, umemezele encwadini ngoLwesibili ukuthi uya eHavana ukuyothola ukwelashwa okwaziwa nge-hyperbaric oxygenation - nokuwuhlelo olusetshenziselwa ukunqanda ukuvuthuka kwamathambo okwenziwa yi-radiation therapy.

UChavez unobudlelwano obuhle nalabo ababengabaholi baseCuba, nalowo osaphethe manje, okunguFidel noRaul Castro.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 15-29°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Morning clouds. Mild. Bloem: 12-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 19-24°C Showery. Breaks of sun late. Mild. PE: 15-21°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...