UChavez uthi usezobuyela eVenezuela

2012-04-24 10:01

Caracas - UMengameli waseVenezuela uHugo Chavez useveze ukuthi uzobuyela kwelakubo kuleli sonto emuva kokuyothola ukulashelwa isifo somdlavuza eCuba., ngemizamo yokuqeda amahlebezi okuthi kumbulwa kwembeswa kuye.

"Uma uNkulunkulu evuma ngizoba seCaracas ngomhlaka-25 ku-Ephreli," kusho uChavez etshela isiteshi sethelevishini ngoMsombuluko, ekhuluma ocingweni.

Lo mholi, 57, uthe kuzodingeka ukuthi aphinde abuyele eCuba ukuze ayohlolwa aphinde athole nokwelashwa.

"Kunzima," esho. "Ungabuza noma ngabe ngubani oke walashwa nge-radiation therapy ukuthi kunzima kanjani, kodwa mina sengikude kakhulu nokwelashwa."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Morning clouds. Mild. Pta: 17-29°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Showery. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-24°C Heavy rain. Broken clouds. Mild.
Dbn: 18-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 15-20°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...