UChavez uqoke isekela lakhe

2012-10-11 07:20
Yabelani Shicilela

Caracas - UMengameli waseVenezuela uHugo Chavez uqoke uNgqongqoshe wezangaPhandle uNicolas Maduro njengesekela lakhe elisha njengoba eshintsha iKhabhinethi kulandela ukhetho olumbuyisele esikhundleni.

Lowo owake waba ngumshayeli wamabhasi waphinde wasebenzela izinyunyana, uMaduro uzongena endaweni ka-Elias Jaua, nozongenela ukhetho lokuphatha iMiranda ngoDisemba.

UMaduro, 49, kade abonakala ukuthi unamava okuthatha izintambo kuChavez ngelinye ilanga, njengoba ebemeseke njalo kusukela uChavez kwatholakala ukuthi unesifo somdlavuza.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C Sunny. Mild. Pta: 11-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 7-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 13-23°C Showers late. Morning clouds. Mild. PE: 11-20°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...