UChavez ubeke uMaduro

2012-12-27 10:08

Caracas - UHugo Chavez usenikeze iphini likamengameli waseVenezuela eminye imisebenzi yokuphatha, uvumela ukuba enze izinqumo mayelana nesabelomali, izikweletu zikahulumeni kanye nezokuphathwa kombuso.

UChavez wadlulisa izintambo zokuphatha kuNicolas Maduro ngomhlaka 8 kuDisemba, ngaphambi kwezinsuku ezintathu lo mholi aya kohlizwa eCuba kulandela ukuphathwa yisifo somdlavuza.

UChavez ulibhekise eCuba kulandela imiphumela yokuhlolwa kwakhe ekhombise ukubuya kwesifo somdlavuza endaweni lapho wasuswa khona ngaphambilini.

Kusukela ahlinzwa ngoDisemba 11, namanje usaseCuba.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C High level clouds. Cool. Pta: 20-30°C a few showers. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-26°C Showers early. Morning clouds. Warm. Bloem: 18-32°C Sprinkles early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 20-34°C Showers early. More sun than clouds. Hot. PE: 17-26°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...