UBan Ki-moon unxenxa ukuthula eGaza Strip

2012-11-21 14:04

Ramallah - Isikhulu esiphezulu se-United Nations uBan Ki-moon usebize ukuthi kube nokuthelelana amanzi kuqedwe ukuhlasela okuqhubeka eGaza Strip, nokwenziwa ngabakwa-Israyeli.

Ukukhuluma kukaKi-moon kuza ngemuva kwezingxoxo azibambe nomholi wasePalestine uMahmud Abbas, ngoLwesithathu.

"Ngiyagcizelela ukuthi akuyekwe ukuhlasela okwenziwa ngamasosha, ahlasela izindawo zabakwa-Israyeli. Lokhu akwamukelekile," esho etshela abezindaba edolobheni iRamallah.

Abezindaba zeNewspakistan babike ukuthi imizamo yokuzama ukuletha ukuthula ihlule noma sekuhambele uNobhala woMbuso waseMelika uHillary Clinton.

Ukuhlaselana kwalezi zigayigayi sekwedlule nemiphefumulo yamakhulu abantu, kuthiwa balinganiselwa ku-137 abasePalestine ababulewe, babe ngaphezu kuka-1 100 abalimele.


 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C High level clouds. Mild. Pta: 17-30°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Passing showers. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-18°C Rain showers. Broken clouds. Mild.
Dbn: 17-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 15-19°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...