U-Obama uzokhuthaza ushintsho eMyanmar

2012-11-16 07:18
Yabelani Shicilela

Washington - UMengameli Barack Obama uzogcizelela kubaholi ukuthi mabaqinise imizamo yokuthula ezweni uma esehambele eMyanmar, kusho izikhulu zeWhite House ngoLwesine.

U-Obama uzotheleka kuleliya lizwe ngoMgqibelo, nokuzoba wohambo oluyingqophamlando.

Abanye abasebenzi bezinhlangano zamalungelo abantu bathi lolu hambo lunokugagamela phakathi.

Bakhala ngokuthi u-Obama ulincome lisavele ngamadlebe leli lizwe entandweni yeningi.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Reuters

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-17°C High level clouds. Cool. Pta: 7-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 4-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-24°C Sunny. Mild. PE: 11-18°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...