U-Obama unxusa ukubekezela ezweni

2012-09-07 08:04

Charlotte - UMengameli Barack Obama usecele abantu baseMelika ukuthi babekezele ekwakheni kabusha umnotho ontengayo njengoba efuna ukuhlala elinye ihlandla ebusa.

U-Obama ube esegxeka iziphakamiso zembangi yakhe yamaRepublican uMitt Romney mayelana nokukhula komnotho, wathi zitshengisa ukungabi nakho ukubekezela.

Lo mholi uvumile ukuphinde amele iDemocratic National Convention emjahweni wesobumengameli.

Kulindeleke kuphume inkunzi ematholeni kulolu khetho lukaNovemba.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-19°C Mostly sunny. Cool. Pta: 14-26°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 12-24°C More sun than clouds. Mild. Bloem: 16-25°C Rain late. More sun than clouds. Mild.
Dbn: 22-27°C Drizzle. Afternoon clouds. Warm. PE: 16-21°C Showers late. Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...