U-Obama uhambele izisulu

2012-07-23 10:03

Aurora - UMengameli waseMelika ut Barack Obama ubeke eceleni ezombusazwe wahambela eColorado ukuyohlangana nemindeni yabantu abadutshulwe balinyazwa ngushayasibhamu ngesikhathi kubukwa ifilimu ebhayisikobho ngoLwesihlanu.

Abantu abangu-14 bashona kwathi abaningi balimala, umengameli ubekhala kanye nezihlobo eziduduza.

U-Obama ubhekene nengcindezi njengoba kuphela isikhathi sakhe njengomengameli wezwe, nokho uzama ukusigcina isikhundla sakhe.

Ngokwesikhundla sakhe umengameli umelwe wukukhalisa izisulu zezinhlekelele.

"Angizi nje kinina njengomengameli kuphela, ngiza njengobaba futhi njengomyeni," kusho u-Obama ekhuluma phambi kwabezindaba .

Imbangi ka-Obama, isikhulu seqembu i-Republican, uMitt Romney uthe kuhle kakhulu okwenziwe ngumengameli.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

UVitamin D ungasiza amadoda amaningi

Emizuzwini eyi-0 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-18°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Pta: 11-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 16-28°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-29°C More sun than clouds. Warm. PE: 16-24°C Scattered showers. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...