U-HW Bush ubangwa nezibi

2012-12-27 07:53

Houston - Isikhulumi salowo owayengumengameli waseMelika uGeorge H.W. Bush uthi usedluliselwe egumbini labagula kakhulu esibhedlela esiseTexas.

Okhulumela uBush, uJim McGrath, uthe lo owayengumholi ungeniswe kuleli gumbi eliseMethodist Hospital, eHouston kusukela ngeSonto.

Imibiko yangaphambilini ithi imfiva yiyo eyenze uBush aze achithele uKhisimusi wakhe esibhedlela.

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C More sun than clouds. Cool. Pta: 12-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-27°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 13-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-29°C High level clouds. Warm. PE: 14-18°C Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...