Siyakhula esabashone efemini eDhaka

2012-11-26 07:24

Dhaka - Kushone okungenani abantu abangu-112 ngesikhathi kuqubuka umlilo efemini yendwangu ngaphandle kwenhlokodolobha yaseBangladesh, iDhaka, kusho izikhulu.

Lo mlilo uqale ngoMgqibelo ebusuku kuleli bhilidi elinezitezi eziyisishiyagalombili elisetshenziswa yiTazreen Fashions, engaphansi kweTuba Group, nehlinzeka iWal-Mart nezinye izikhondlakhondla zezitolo eMelika nase-Europe.

NgeSonto ekuseni, izicishamlilo bese zithole izidumbu ezingu-100, kusho isikhulu soMnyango wezoMlilo uMajor Mohammad Mahbub etshela abe-Associated Press.

Uthe bangu-12 abalimele bezama ukugxuma ebhilidini.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-27°C Sunny. Warm. Pta: 18-30°C Widely scattered tstorms. More sun than clouds. Warm.
Jhb: 15-25°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 15-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-23°C Afternoon clouds. Mild. PE: 16-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...