Siku-350 esabashone ezikhukhuleni ePhilippines

2012-12-06 10:00
Yabelani Shicilela

New Bataan - Izikhukhula ezihlasele eningizimu nePhilippines, zikhukhule izindawo ezikhoselise imindeni, kwakhukhuleka nendawo eyenziwe inkambi yamasosha, kwashona abantu abalinganiselwa ku-350, kwanyamalala ababalelwa ku-400.

Izikhulu zikhiphe lo mbiko ngoLwesine.

Izidumbu eziningi bezitakulwa ezifundazweni iCompostela Valley neDavao Oriental, kusho ihhovisi lezokuvikela.

"Imindeni ikhukhuleke yonke," kusho uNobhala woMnyango wezaseKhaya uMar Roxas, ngesikhathi ehambele indawo yesehlakalo eNew Bataan.

Indawo enabahlali abangu-45 000 ibhidlikelwe yimizi kwasiphuka nezihlahla.



 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone 12 eqhweni eNepal

2014-04-18 14:03
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C High level clouds. Mild. Pta: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-22°C Sunny. Mild. Bloem: 10-25°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-27°C Morning clouds. Mild. PE: 17-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...