Sifuna umfaniswano wamasosha isiboshwa

2012-06-14 09:07

San Juan - Indoda ezibiza ngongqondongqondo ekuhlaselweni okwaziwa nge- 9/11 ifuna ukugqoka njengamasosha uma isibhekene namacala ayo eGuantanamo.

UKhalid Sheikh Mohammed  ucele ukugqoka i-camouflage field jacket ne-camouflage turban nezingubo zase-Pakistani ecaleni lakhe elihlanganisa elokubulala nelobushokobezi.

Abashushisi basiphikisa lesi sicelo kwathi izikhulu zombutho wamasosha zona zamvimela ukuba agqoke ngokwesicelo sakhe ngomhlaka 5 Meyi.

Icala liyaqhubeka.

 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C Thunderstorms. Mostly cloudy. Cool. Pta: 8-25°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-21°C Sunny. Mild. Bloem: 5-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-26°C Sunny. Mild. PE: 14-22°C Showers late. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...