Sezimkhalele odubule abantu

2013-01-03 12:59

Geneva - Amaphoyisa athi asebophe indoda engaziwa evuke umbhejazane yadubula yabulala abantu abathathu yalimaza abanye ababili eSwitzerland.

Amaphoyisa athi lese sehlakalo senzeke eningizimu neValais, ngoLwesithathu ebusuku.

Kuthiwa ushayasibhamu lona, wesabise amaphoyisa afike endaweni yesehlakalo – amaphoyisa abe esemdubula ngaphambi kokuthi akhalelwe ngamasongo kaSigonyela.

Abantu abathathu bashonele endaweni yesehlakalo, ababili bangeniswe esibhedlela.
 


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-25°C Sunny. Mild. Pta: 17-18°C Heavy rain. Mostly cloudy. Mild.
Jhb: 14-15°C Tons of rain. Mostly cloudy. Cool. Bloem: 14-18°C a few showers. Morning clouds. Mild.
Dbn: 19-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 18-24°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...