Sezibulale 60 izikhukhula ePhilippines

2012-08-10 07:12
Yabelani Shicilela

Apalit - Bathwele kanzima abalimi ePhilippines njengoba ziqhubeka nokwenza umonakalo izimvula ezinamandla kuleliya lizwe, njengoba inani labashonile selinyuke lama ku-60 ngoLwesihlanu.

Izikhukhula bese ziqala ukudamba ku-80% weManila ngasekuqaleni kwesonto, kodwa amathemba aphinde ashabalala njengoba ezinye izindawo ziphinde zazithola zisengozini.

"Sidinga okuya ngasethunjini. Angikaze ngiye emsebezini isonto lonke," kusho uRogelio Soco, nosebenza enkontilakini ese-Apalit.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AFP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-23°C Sunny. Mild. Pta: 10-18°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 8-14°C Morning clouds. Cool. Bloem: 9-19°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 14-22°C Morning clouds. Mild. PE: 12-24°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...