Sekuboshwe amaSulumane eFrance

2012-03-30 10:00

Paris - Amaphoyisa aseFrance asebophe abantu abangu-20 abasolwa ngokuba nobudlelwano namaSulumane angamaphekulazikhuni, kusho imibiko ngoLwesihlanu.

Ababoshiwe, basolwa ngokubandakanyeka ezigamekweni zokudubula zakamuva, ezedlule nemiphefumulo yabantu abahlanganisa izingane namasosha.

Uphiko oluphenya ngamacala abucayi nalawo ahlanganisa awobuphekula, yilona olubambe abasolwa.

Ngesonto eledlule amaphoyisa abopha ushayasibhamu uMohamed Merah, owadubula wabulala abantu.

UMerah, ogcine ngokushona kuthiwa ubedlelana neqembu elidumile lamadelakufa angamaphekula i-al-Qaeda.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Passing showers. More sun than clouds. Cool. Pta: 14-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-26°C Showers late. More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 13-23°C Passing showers. Morning clouds. Mild.
Dbn: 19-27°C Showers late. Mostly cloudy. Warm. PE: 13-19°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...