Owesifazane wabulawa yiCoca-Cola

2013-02-12 10:01

Wellington - Ukuphuza u-10 litha njalo ngosuku weCoca-Cola kwaba nomthelela omkhulu ekushoneni kowesifazane, kwase kucelwa ukuthi abakhiqisi balesi siphuzo bafake isexwayiso sezempilo eziphuzweni ezine-caffeine.

UNatasha Harris, 30, owayenezingane eziyisihiyagalombili wase-Invercargill, eNew Zealand, wayephuza lesi siphuzo iminyaka ngaphambi kokuthi ashone ngoFebhuwari 2010, kusho isikhulu sikahulumeni uDavid Crerar.

UHarris ubehlushwa yimpilo nokungenzeka kuyamaniswe nokunkunka kakhulu iCoke, nokungase kube nomthelela ekushoneni kwakhe ebulawa yisifo senhliziyo.

"Ngokuthola kwethu, ngicabanga ukuthi uNatasha wabulawa ukuphuza kakhulu iCoke. Ukube ubengayiphuzi ngalolu hlobo angikholwa ukuthi uwayengashona ngalesiya sikhathi nangaleya ndlela."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
2 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Morning clouds. Mild. Pta: 17-29°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Showery. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-24°C Heavy rain. Broken clouds. Mild.
Dbn: 18-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 15-20°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...