Owesifazane udlwengulelwe ebhasini

2012-12-19 10:01
Yabelani Shicilela

New Delhi - Iziphathimandla, izinhlangano zamalungelo abantu nezakhamuzi e-India zisashaqekile ngokudlwengulwa kowesifazane ngamadoda ayisithupha ebhasini eNew Delhi, kanti banxusa uhulumeni ukuthi athole ebenzi bokubi.

Lokhu kuqonga komsindo kuyinto engajwayelekile kuleli lizwe lapho udlame olubhekiswe kwabesifazane lujwayele ukunyathelwa ngezinyawo.

Abamaqembu aphikisayo babhikishe ngaphandle kwePhalamende befuna isigwebo sentambo kubadlwenguli.

Abafundi basenyuvesi abebewotha ubomvu bavale imigwaqo kuleli dolobha.

Amaphoyisa athi amadoda ayisithupha adlwengule isitshudeni, 23, ase asishaya nabehamba naso ngaphambi kokubakhipha ngewindi ibhasi lihamba ngeSonto.

Kuboshwe amadoda amane.



 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone 12 eqhweni eNepal

2014-04-18 14:03
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C High level clouds. Mild. Pta: 11-25°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-21°C Sunny. Mild. Bloem: 8-25°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 17-28°C Afternoon clouds. Warm. PE: 16-23°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...