Oshayasibhamu babulale 6 ePakistan

2012-03-29 10:02
Yabelani Shicilela

Quetta - Oshayasibhamu babulale abantu abayisithupha eningizimu ntshonalanga nePakistan, nokubalwa nomsebenzi we-United Nations Food and Agriculture Organization, kusho izikhulu.

Labo shayasibhamu bavulele ngenhlamvu kubasebenzi be-UN esifundazweni iBaluchistan, kwashona abantu ababili, kusho owamaphoyisa uRustam Khan.

Kulaba ababili ababulewe, kubalwa umsebenzi wale nhlangano nomshayeli obeqashiwe, kusho isikhulu se-UN esicele ukungadalulwa igama ngoba asivumelekile ukukhuluma nabezindaba.

Akekho osaphumele obala ngalokhu kuhlasela.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-19°C More sun than clouds. Mild. Pta: 9-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-18°C Sunny. Mild. Bloem: 4-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-26°C Sunny. Mild. PE: 16-21°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...