Ona-9 wenziwe isinxephezelo kwelokudlwengula

2012-11-09 14:03

Lahore - Amaphoyisa asePakistan asebophe amadoda amahlanu ngemuva kokuthi ephoqe indoda thize ukuthi inikele ngendodakazi yayo eneminyaka eyisishiyagalolunye ubudala, ukuthi ibe yisinxephezelo ecaleni lokudlwengula.

Abantu abadala baseBahalak, esifundazweni iPunjab, bathathe lesi sinqumo ngenhloso yokuqeda impi esidonse unyaka ebiphakathi komlimi nomnikazi womhlaba, abakhona endaweni.

Isikhulu samaphoyisa uMohammad Khalid, utshele abezindaba ze-AFP wathi umsebenzi u-Arshad, ungumsolwa ecaleni lokuthumba nokudlwengula indodakazi yomnikazi womhlaba u-Ali Sher.

"Inkantolo yasehlathini inqume ukuthi u-Arshad aganise indodakazi yakhe uSidra, 9, iganiselwe indodana ka-Ali Sher eneminyaka engu-22 ubudala, uMaqsood," echaza

"U-Arshad uvumile ukukhokha ngale ndlela."




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Iyaqhubeka impi eGaza

2014-07-22 06:48
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C Sunny. Mild. Pta: 4-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-15°C Sunny. Cool. Bloem: -1-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 9-23°C Morning clouds. Mild. PE: 8-23°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...