Okunye ukuzamazama komhlaba eGuatemala

2012-11-12 07:22
Yabelani Shicilela

Guatemala City - Kube nokuzamazama komhlaba kwesibili esikhathini esingaphansi kwesonto eGuatemala, kwalimala umuntu oyedwa, kodwa ibingakabi khona imibiko esheshayo ngalesi sigameko.

Lokhu kuzamazama komhlaba okube ngu-6.2 magnitude kwenzeke eChamperico, ngasemngceleni weGuatemala neMexico.

“Kuzwakele kakhulu ngala kithina,” kusho uVinicio Saraza, nokhulumela iRed Cross eSan Marcos.

Akubikwanga zigameko zokucekeleke phansi.

Lokhu kulandela ukuzamazama komhlaba kwangesonto eledlule okubulale okungenani abantu abangu-52.




 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C High level clouds. Mild. Pta: 12-26°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-20°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 11-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 19-28°C Afternoon clouds. Warm. PE: 17-21°C Increasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...