Wabaklinya kwenziwa ucansi - Inkantolo

2012-08-17 16:16

Philadelphia - Igwetshwe odilikajele abathathu indoda yasePhiladelphia ekuthiwa ayiphilile kahle ekhanda, etholakale inamacala okuklinya ibulale abesifazane abathathu eyababulala isocansini nabo.

Abashushisi abacelanga ukuthi u-Antonio Rodriguez, 23, agwetshwe intambo.

Ukuhlolwa kwegazi kuveze ukuthi uRodriguez nguye owagila lezi ziga ngonyaka ka-2010.

Izisulu kuthiwa kwabe kungabantu abanenkinga yezidakamizwa kokunye beziphilisa ngokuthengisa ngomzimba, izidumbu zabo zatholakala zilahlwe ezaleni.

URodriguez utholakale enamanye amacala okudlwengula nokuhlukumeza izidumbu.
 



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- AP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Sunny. Mild. Pta: 14-30°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 11-26°C Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 8-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-29°C Sunny. Warm. PE: 16-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...